AmaBlesser-Mlindo The Vocalist
    使用手机浏览器「扫一扫」

    在手机上保存,获得更好体验

标签
猜你喜欢的歌曲
歌词

Uyaz' uk'thand umuntu uvele ugcwale ngaye

Uvel' ubon i-straight, uvele ubon' umshado, ngisho uMah wey'ngane

Impilo yakho yonk' iphelele wena uma unaye

Kant yena ufun' ukuhamba, ufuna uk'bona abanye

Mina angsazi ngthini, angsazi ngthini ye...

Ak'philek ngaphandle kwakho nawe uyaz' sthandwa sami...

Ngob' uthen' akasangthand ucela ngimyeke

Uhambile uma-baby, uhambile uma-baby yea...

Uhambel' amablesser, uhambel' amablesser wooaa...

Nginentombi mina, intombi mina aah

Beng'nentombi mina, intombi mina aah

Kodwa wakhetha ukungshiya aah

Ukungshiya...

U-lovey wam uhambel' amablesser, uhambel amablesser aah...

Bathathumunt' wam, bathath isthandwa sam wa...

Nom' ungahamb uzongkhumbula aah

U-lovey wam uhambel amablesser, uhambel amablesser aah

Ihambil' intombi kamjita, ay ulova...

Usho in front of phamb' kwabantu wathi"it's over"

Mina ngakho... weeh

Mina angnalutho, mina maningthathela yena nithi ngenzenjani...

Uma ningthathela yena nithi ngthande bani...

Wentomb' yam weh

Wentomb yam wena aah

Buyel ekhaya aah

Uma ningthathela yena nithi ngthembe bani...

Uma ningthathela yena nithi ngthande bani...

Wentomb yaa...

展开显示全部歌词