Imoto-Mlindo The Vocalist
    使用手机浏览器「扫一扫」

    在手机上保存,获得更好体验

标签
猜你喜欢的歌曲
歌词

Imoto - Mlindo The Vocalist

Lyrics by:Lindokuhle Mgedezi/Themba Sekowe/Howard Gomba

Composed by:Lindokuhle Mgedezi/Themba Sekowe/Howard Gomba

Produced by:Themba Sekowe

Zapapa

Zapa

Zapapa

Mama

Zapa

Mama

Maa

Imoto uma imile uma imile

Ayikhonkothwa nazizinja oh nazizinja

Kodwa uma imile uma imle uma imle

Zikhonkoth' ehambayo oh ehambayo

Yona imoto uma imile uma imile

Ayikhonkothwa nazizinja oh nazizinja

Kodwa uma imile uma imle uma imle

Zikhonkoth' ehambayo oh ehambayo

Baba somandla baba

We mdali wami baba

Uzungandilahli baba

Ngicel'ungivikele baba

Abantu yize ekholweni lami

Balahla ukholo lwami

Bafuna ndihambe indlela zabo

Bafuna ngisuke kuwe

Baba somandla baba

We mdali wami baba

Uzungandilahli baba

Ngicel'ungivikele baba

Abantu yize ekholweni lami

Balahla ukholo lwami

Bafuna ndihambe indlela zabo

Bafuna ngisuke kuwe

Zapapa

Zapa

Zapapa

Mama

Zapapa mama yeah

Mna ndiyaz'phandela ndiyaz'phandela

Angina twa ngizama impilo yam

Ngizamela abantwana basekhaya bantwana basekhaya

Ngifuna bakhule be flexa oh bakhule be flexa yya

Ngifuna uDottie afunde emulti racial school

Afunde emulti racial school

Ahambe ngezimoto ezithandwa nguye

Oh ezithandwa nguye

Evarsity intwana yam ifike ngetransi ifike ngetransi

Ne olady ngilithengel' idladla something like idladla

Baya baya bayangizonda bang'zonda ngingena twa

Andazi masengihlanganise kahle bazokwenzekani

Kush'ukuthi ikhona into abayibonayo kodwa

Uma imile uma imle uma imle

Zikhonkoth' ehambayo oh ehambayo

Baba somandla baba

We mdali wami baba

Uzungandilahli baba

Ngicel'ungivikele baba

Abantu yize ekholweni lami

Balahla ukholo lwami

Bafuna ndihambe indlela zabo

Bafuna ngisuke kuwe

We mdali wami baba

Uzungandilahli baba

Ngicel'ungivikele baba

Wandila

Baye jojo koneli rako

Bajojo

Bafalana binjeya jabo

Thena jabo jokolombia

Zapapa

Zapa

Zapapa

Zapa

Zapa

Zapa

展开显示全部歌词