Onke amathemba
swabeka kuwena mdali
Uma ngficwa ubumnyama
uwena isbani
Noma kungelula uzohlezi
uyithemba lami heee
Siyvulelwa nguweee
Thonga lami, makvaliwe vula iynto zami
Zize zilunge
Ikhula nomakuphi nasezintabeni
mdali, ngholwa nguwe
Sbeka ithemba kuwe,
sbheke emazulweni
s’holwa nguwe