Ngino Jesu Medley-Joyous Celebration
    使用手机浏览器「扫一扫」

    在手机上保存,获得更好体验

标签
歌词

Thatha konke, nginoJesu,

Konk' okunye kuyindiva nje

Kodw' uthando lwakhe lumi izolo , namhla, njalo bo.

Yek' ubuhle bokumazi

Umsindisi wethu lo

Ngob' uthando lwakhe lumi

Izolo, namhla, njalo bo

Ungathatha konk' okwami

Ng'shiyel' uJesu

Ungukuphila kwami yena

Nxa ekhona uJesu wami

Angesweli lutho

Yek' ubuhle bokumazi

UMsindisi wethu lo

Ngob' uthando lwakhe lumi

Izolo, namhla, njalo bo

Ngoba nguye owangimela

La ngilahlwe okwempela,

Ngal' uthando wangifela umhlobo wam'

Wayehlatshwa njengemvana

Az' angenz' owakh' umntwana.

Yek' inhlanhla yokwazana Nomhlobo wam.

Akathengwa ngegolide

Akathengwa nangemali

Wayehlatshwa njengemvana

Az' angenz' owakh' umntwana.

Yek' inhlanhla yokwazana Nomhlobo wam'.

展开显示全部歌词