Ubukho Bakhe-Jabulile Majola

Ubukho Bakhe

专辑:Ipasi

时间:2026-09-11

    使用手机浏览器「扫一扫」

    在手机上保存,获得更好体验

标签
猜你喜欢的歌曲
歌词

Ngimthande ngazithandela kuye

Okwemsebe yelanga ungihlehlisel’ ithunzi elimnyama (elimnyama)

Olikhuthele ngezenzo lungenze

Ngilangazelele ubukho bakhe

Ubukho bakhe (oooooooooohhhhh)

Ubukho bakhe (oooooooooohhhhh)

Ngizisondeze kuye kuye

Ngizisondeze kuye kuye

Babe angazi ukuthi wena lo noma yizulu leliengilibonayo

Ubukho bakho yibo lokhu okwenza ukuthi ngikhohlwe ukuhlaba kwalomhlaba lo

Igwegwe lesithandwa sami ngiyalazi

Nguwe wena ozayo ngenzansi

Ngibonge laba abangeqele wena ngoba ugcine usutholwe yimi

Ngizisondeze (kuye heeeeee)

Ngizisondeze kuye kuye

(Ngizisondeze kuwena)

Ngizisondeze kuye kuye

(Uthando olukhuthele)

(Oooh Ngilangazelele)

展开显示全部歌词