Before
Before
Before
Bewungek' ukhulume ngami ngale ndlel' okhuluma ngayo
Before
Before bewung’hlonipha
Before
Bewuhlal' ungitshela njal' ukuth' uyangithanda
Kodwa manje
Sengiyayi celela
Kodwa manje
Sengiyayi celela
Ubobhasobha mama
Uzoth' umunt' uyakuthanda
Kant' uyakhalela
Uzoth' uthando
Kant' inkanuko
Koth' angakuthol' akufunayo
Uthando lushabaalale nje ngama zolo ebon' ilanga
Ngabe ak’ safanela
Before
Bewungek' ukhulume ngami ngale ndlel' okhuluma ngayo
Before
Before bewungihlonipha
Before
Bewuhlal' ungitshela njal' ukuth' uyangithanda
Kodwa manje
Sengiyayi celela
Kodwa manje
Angisatshelwa
Sengiyayi celela
Kanti yin' eyenz' ukuthi umuntu aqamb' amanga
Sibadala masingaka, ungazodlala
Mas' uthol' omuny' ongcono nami kumel' ukungitshele
Thando lwami please ngicel' ungbuyisele
Ngeke ngize ngivume
Udlale ngemizwa yami
Ngeke ngize ngivume
Ngothando lwami
Ngeke ngize ngivume
Uchithe isikhathi sami
Baning' abafuna lothando
Before
Bewungek' ukhulume ngami ngale ndlel' okhuluma ngayo
Before
Before bewungihlonipha
Before
Bewuhlal' ungitshela njal' kuth' uyangithanda
Kodwa manje
Sengiyayi celela
Kodwa manje
Angisatshelwa
Sengiyayi celela