Kulungile Baba-Sfiso Ncwane

Kulungile Baba

歌手:Sfiso Ncwane

时间:2010-01-11

    使用手机浏览器「扫一扫」

    在手机上保存,获得更好体验

标签
歌词

Baba kulungile ma kutintando yakho okwenzek'ezimpilweni zethu

Kulungile Baba

Kulungile ke Baba

E-kulungile Somandla

Kulungile ke Baba

E-kulungile makuyintando yakho

Kulungile ke Baba

Kulunge konke Somandla

E-kulungile ke Baba

Makuyintando yaKho Baba

E-kulungile ke Baba

Konke okwenzekaya makuyintando yakho Somandla

Ye kulungile ke Somandla kulungile ke

Makuyintando yakho Somandla konke okwenzekaya ezimpilweni zethu kulungile ke

Noma kukubi noma kukuhle kulungile

Kodwa makuyintando yakho

Makuvhume wena

Noma ukholo lwethu belunyakazisa Baba

Noma imvungumvungu zifika

Kulungile ke

Kulungile ke Somandla

Kulungile makuvhume Wena

Kulungile Oh

Kulungile ke Baba

Noma kwenzek'izinto ezibuhlungu ezimpilweni zethu

Kodwa kulungile

Noma besihlukumeza besihluphel'ukholo lwethu Ah

Kulungile ke Baba

Noma kubuhlungu kodwa kulungile

Lalela

Ngithi noma kunenkinga laph'ekhaya kodwa ngithi ke

Makuyintando yaKhe kulungile ke

Nom'omakhelwana behlekisa ngawe kodwa makuyintando yaKhe kulungile

Noma sebehleka ngawe behleba ngawe kulungile ke ah

Ngithi noma ushado wako ubhidlika laph'ekhaya kodwa ngithi makuyintando YaKhe yena

Kulungile Baba ah

Kulungile

Noma umsebenzi usukuphelele kodwa makuyintando yaKho

Kulungile

Ah Uyazi ulala ungadlile ekhaya kodwa kulungile ke

Makuyintando yakho Baba kulungile

Noma inkinga zikulandela kodwa makuyintando yaKhe

Mus' ukukhala usukhala usatane uzojabula

Eh kulungile Baba

Kulungile Baba

Kulungile Somandla

Makuyintando yaKho Baba

Baba makuvhume Wena ngempilo zethu kulungile ke

Kulungile Baba

Kulungile ah

Mus'kukhala mus'kukhala

Sul'inyembezi Ah

展开显示全部歌词