在手机上保存,获得更好体验
Baba noma impilo injani uzungavumi ukuze ngiwe (baba uzungavumi ngam)
Kungcono ngithathe ezam iykhali njengendoda nam ngiye (ngithi noma imeko injani)
Ngihlezi ngishunqa lonkantin namagenge bath' azishe
Kodwa makufika impumelelo ngeke ijike ma
Silwa nemimoya emini
Silwa nama-demon ebsuku
Uthi ngibakolodani angazi ngihlezi ngingumoni (kolodani>)
Ngivuke ngabo-3 ekseni, ngizwe nje ngephone
Uma wam akasekho angimaz' umdal ungifuna ntoni
Vele waqala ngomkhulu, waphinde wahlasela
Wabuya ngo-Ma, ngathula ngabukela
Ngithi waqala ngomkhulu, waphinde wahlasela
Wabuya ngo-Ma, ngathula ngabukela
Webaba webaba, ngihlala ngizbuza uyangizwa mangikhala
Elam iphimbo uyalizwa na, Elam iphimbo uyalizwa na
Webaba webaba, ngihlala ngizbuza uyangizwa mangikhala
Elam iphimbo uyalizwa na, Elam iphimbo uyalizwa na,
Baba noma impilo injani uzungavumi ukuze ngiwe (baba uzungavumi ngam)
Kungcono ngithathe ezam iykhali njengendoda nam ngiye (ngithi noma imeko injani)
Ngihlezi ngishunqa lonkantin namagenge bath' azishe
Kodwa makufika impumelelo ngeke ijike ma
Baba noma impilo injani uzungavumi ukuze ngiwe (baba uzungavumi ngam)
Kungcono ngithathe ezam iykhali njengendoda nam ngiye (ngithi noma imeko injani)
Ngihlezi ngishunqa lonkantin namagenge bath' azishe
Kodwa makufika impumelelo ngeke ijike ma
Bayoze bavume, kuqamata kumele nginqule
Zonk' izitha zingifuna phants' angeke ngivume
Bathi lendlela inde, kodwa sode sifike
Ungabomjarha umdali, mawthandaza kumele ulinde
Ngihlezi ngibonga umdali
Ngibonge nabaphantsi
Ngifun impilo engcono, yiloko ngihlezi ngiphanda
Ngithi ngihlezi ngibonga umdali
Ngibonge nabaphantsi
Ngifun impilo engcono, yiloko ngihlezi ngiphanda yea yea
When I lost ugogo nga blame-a umdali
I lost my girl nga blame-a umdali yea yea
Mama wathi ithemba alibulali
Ngihlezi ngihamba nalo angil'lahli yea yea