Amandla-PitBull SA

Amandla

歌手:PitBull SA

专辑:Amandla

时间:2024-09-11

    使用手机浏览器「扫一扫」

    在手机上保存,获得更好体验

标签
歌词

Hook :

Nkosi cela ungiphe amandla

Nami ngivuse ikhaya lami

Nkosi cela ungipha amandla

Nami ng'kwaz uk'shitsha isimo sasekhaya

Intro verse :

thonga lami cela ung'khanyisele

Ngathi indlela yam semnyama kunzima

Nawe thonga lami ng'khanyisele

Indlela yam yona seyahlaba inameva

Verse

Ngyazama ngyahluleka

anginawo ngisho namandla

Sengibathe ngibathe ngyazama ak'hlangani

Mina angisaz baba ukuthi ngenze njani

Nkulunkulu onomusa ngicela ingiphe ubuhlakali

Nami baba ngyafisa ukuletha ushitsho kumama ekhaya

Nami baba ngyafisa uk'vusa ikhaya lami

Nami baba ngyafuna ukuletha iy'nyembezi zenjabulo kumama lapha ekhaya

Hook :

Nkosi cela ungiphe amandla

Nami ngivuse ikhaya lami

Nkosi cela ungipha amandla

Nami ng'kwaz uk'shitsha isimo sasekhaya

Verse no.2

Unkulunkulu baba angiceli ok'ningi mina ngicela amandla

Somandla baba angiceli ok'ningi

Ngicela ungiphe amandla

Ngyazi baba wen awsoze was'lahla

Nawe thonga lami vuma weh

Ngyaz baba wena noma kumnyama kunzima kodwa uhlezi unam

Thonga lami ngikhanyisele

Ungibambe ngesandla ung'bonise uk'khanya

Thonga lami ngikhanyisele ngicela

Ukuthi ube isban sami

Hook :

Nkosi cela ungiphe amandla

Nami ngivuse ikhaya lami

Nkosi cela ungipha amandla

Nami ng'kwaz uk'shitsha isimo sasekhaya

展开显示全部歌词